Ithi ingahamba idle udaka kuchaza ukuhlangabezana nezinqinamba ubungazilindele phambili, abanye bachaza kanje: Ekuhambeni kumele wamukela noma yini , Uma usekuhambeni umukela nomangabe yiphi inkinga ohlananayo
Usuke ekhaya kini niphila kahle bese kwenzeka uthathe uhambo oluthile mhlampe uze ulale emzini yabantu .bese be kuphakela ukudla lokhu wena ongajwayele ukukudla ekhaya kini noma ongakuthandi kodwa ngenza yesimo sokuthi ulambile futh akukho ongakwenza uyadla. Bese ethi ithi ingahamba idla udaka.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |